This section provides a quick preview of questions from the document. It may not display every question or the complete wording of each one. For the full content, including diagrams, tables and other information, view the original PDF above.
2.1Tomula um gqa oqukethe isizura /isikhawu bese usho ukuthi sibe namuphi umthelela kule nkondlo.
2.2sho okufanayo ebinzeni loku 1 nelesi
2.3Sizathu sini esenze imbongi yakhetha amagama oNjabulo noNonjabulo ebinzeni lesine kule nkondlo? Sekela impendulo yakho. (2\
2.4ungaba na mphumela ni uma izikhulu zemfundo zingalusukumela lolu daba lwezikhungo ezingekho emthethweni? (2\
2.5Uyavumelana noma uyaphikisana nombono wokuthi imbongi isebenzise ithoni enokuphoqa ebinzeni lokugcina kule nkondlo? Sekela impendulo yakho ngokubhekisa emazwini ayo. (2\ [10] NOMA UMBUZO 3 UMBUZO OMFUS10
3.2Tomula isibonelo semvumelwano ebinzeni lesi 2 bese unika nohlobo lwayo. Ngokub hekisa emgqeni wesi 9 nowe 10, chaza kafushane okushiwo imbongi mayelana nezenzo zale ngane ekhuluma ngayo. (2\ (2\
3.4Isenzukuthi esidwetshelwe emgqeni wama 40 sinamthelela muni kuleli binza? Ama gama aqukethwe umugqa wesi kule nkondlo asivez ela muphi umqondo mayelana namagugu esizwe okukhulunywa ngaso lapha? (2\
3.5Uyavumelana nokushiwo imbongi emgqeni wama 50? Sekela impendulo yakho. (2\ [10] NOMA UMBUZO 4 (UMBUZO OMFUSHANE\ Fundisisa le nkondlo bese uphendula imibuzo el10
4.2Gagula imigqa EMIBILI eveza ukuthi isimo salaba okukhulunywa ngabo sasikhombisa ukudumala. Bhekisa impendulo yakho ebinzeni loku Chaza kafushane okushiwo yimbongi ebinzeni lesi (2\ (2\
4.4Isimo sokukhuluma esiqukethwe umugqa we 15 sinamthelela muni ekuqondeni kwakho le nkondlo? Ucabanga ukuthi imbongi ihloseni ngokusebenzisa ukuxhumana emgqeni 13 nowe (2\ (2\
4.5Phawula ngophawu lokuloba olusetshenziswe imbongi emgqeni we 19 kuya kowama (2\ [10] KANYE INKONDLO ENGAMISELWE phoqelekile ukuphendula lo mbuzo UMBUZO 510
5.2Tomula umugqa ebinzen i loku 1 okhombisa ukuthi umzali wale ngane okukhulunywa ngayo kule nkondlo wayeyivikela bese usho ukuthi lo mugqa uqukethe sifenqo sini. Fingqa ibinza lesi 4 ngamagama akho. (2\
5.4Kuna mthelela muni ukusetshenziswa kokuxhumana okuseku cin eni ebinzeni lesi Chaza umqondo oqukethwe umugqa we 16 nowe
7.3Shono isizathu esasenza uNkululeko abe kulesi simo ayekuso ngokwalesi siqeshana. Chaza kafushane okwakucatshangwa nguNkululeko ababehlele ukukwenza benoNontobeko uma sebeshadile ngokwalesi siqeshana. Ucabanga ukuthi lolu dweshu lwan
7.5Isenzo sika Nkululeko sokukhalela uNontobeko kangaka simveza njengomlingiswa onjani ? Sekela impendulo yakho Uyavumelana nokuthi isigamek o sokwaliwa kukaNkululeko nguNontobeko sasike sabikezelwa ngaphambili kule ncwadi? Sekela impendulo yakho.
7.9Yisho ukuthi uXolani wasifica sinjani isimo sezinto efulethini likaMahlengi ngenkathi eshiya emzini wakhe isimo singesihle. Fingqa ngamaphuzu AMATHATHU okwakwenzeka kumlingiswa onguMahlengi ngokwalesi siqeshana.
7.10Phawula ngempumelelo yombhali ekwethuleni ilukuluku kule noveli. Bhekisa esigamekweni sokudutshulwa k ukaNyambose nguNdumiso. (3\ [25] NOMA UMBUZO (UMBUZO OMUDE\ USUMENYEZ25
9.3Shono isizathu esenza ukuba lona ozibiza ngo HK ashele uMaNgcobo ebe azi kahle ukuthi ungunkosikazi womngani wakhe. Chaza kafushane okushiwo ngumbhali wale ncwadi ozibiza ngo HK mayelana noSithole ukumehlisa isithunzi kunkosikazi wakhe.
9.4Isenzo sika Chule sokubhalela u nkosikazi kamngani wakhe uSithole ezenza isesheli sakhe simveza njengomlingiswa onjani u Chule ? Sekela impendulo yakho (3\
9.5Uyavumelana nokuthi amagama adwetshelwe enkulumeni ka HK encwadini ayibhalele uMaNgcobo kulesi siqeshana akhombisa ukubikeze la? Sekela impendulo yakho. (3\ KANYE 17
9.7Yisho ukuthi yini eyayibangela ukuba isimo se zinto sibe muncu emzini kaChule noNomvula ngalobu busuku. Fingqa ngamaphuzu AMATHATHU okwenzeka kuChule ngesikhathi belele belinganisene noNomvula ngokwalesi siqeshana.
9.9Ucabanga ukuthi ukuqanjwa kukaSonosemali ngaleli gama kwaba na mthelela muni ekuziphatheni kwakhe? Chaza uphinde wesekele umyalezo wale noveli. (2\ (3\
9.10Phawula ngempumelelo yombhali ekwethuleni ipholavuthondaba kule noveli. (2\ [25] NOMA 1825
11.3Shono isizathu esasibanga ukuba uMisi Hlophe abe nokuzethemba okungaka ngokuthandana kwakhe noJeffrey kulesi siqeshana. Chaza kafushane ngokulandelana kwezigameko ezenzeka ngenkathi uMisi Hlophe ehlangana noDumazile. Bhekisa impendulo yakho kulesi siqeshana.
11.5Isenzo sikaMemu Mpungose sokutshela uMisi Hlophe ngoDumazile simveza njengomlingiswa onjani uMemu Mpungose? Sekela impendulo yakho. Uyavumelana nokuthi amagama adwetshelwe enkulumeni kaDumazile kulesi
11.7Yisho imbangela yokushuba kwesimo emzini kaSithole esaholela ekuthengeni kwakhe umuzi emafezini. Fingqa iphupho likaMaNzimande ngamaphuzu AMATHATHU. (2\ (3\
11.9Ucabanga ukuthi ukuqanjwa kukaDumazile ngaleli gama kwaba namthelela muni ekuziphatheni kwakhe? Chaza uphinde wesekele umyalezo wale noveli. (2\ (3\
11.10Phawula ngempumelelo yombhali yo kwethula uvuthondaba kule noveli. (2\ [25] NOMA UBUCIKO BOMLOMO UJU LWEZIZUKULWANE KL Makhoba Phendula umbuzo OWODWA.25
13.2Gagula umlingiswa omkhulu kule nganekwane. Chaza kafushane umlando wokudaleka kwesithakazelo sakwaNzimande esithi, Mphephethe ngokwalesi siqeshana esingenhla (1\ (2\
13.4Isenzo sikaVelaphansi sokuletha iqaqa elinukayo eNkosini uShaka sahumusheka njengokwedelela okukhulu. ' Yisiphi isisho esakhiwe ngamagama 'inja nesonto' esicha za lo mbono Phawula ngodweshu lwangaphandle, uchaze ukuthi lwaba na
13.6Shono isizathu esenza iqola liwathathise okwehlaya amazwi kangcede uma ethi ubukhosi buzoba ngobakhe. Ngomusho OWODWA, qoqela ndawonye zonke izimpawu zokhozi ezazenza ungcede abone kuyilo oluzodla umhlanganiso ngokwalesi siqeshana
13.7Chaza isaga esithi, intuthwane iyalithwala itsheketshe gokubhekisa ezigamekweni zalezi zinganekwane ezimbili ezingenhla ngokwehlukana. Chaza ukuthi impendulo yalesi siphicaphicwano esingezansi ixhumana
13.10Phawula ngesiphetho sale nganekwane, uchaze ukuthi siyifanele yini inganeko silwane. Isikhova sajeziselwa iphutha okwakungelula ukuba siligweme. Uyavumelana noma uyaphikisana nalo mbono? Sekela impendulo yakho.
13.11Tomula amagama enza impin damqondo emgqeni woku 1 nowesi ezibongweni: Usuku Lwamagugu. (1\ Funda lesi siphicaphicwano bes e uchaza ukuthi impendulo yaso ixhumana kanjani nokuqukethwe umugqa wesi
13.13Caphuna imigqa equkethe isibonelo se enjambamenti lapho imbongi igcizelela umqondo wokuziqhenya ngolimi lwayo ezibongweni: Usuku Lwamagugu. (1\
13.15Uthini umyalezo owethulwa yileli binza elisezibongweni mayelana namagugu emphakathini? Impendulo yakho mayiqukathe isisho esisuselwe esilwaneni esingaqondakali ukuthi siyinyoni noma singolunye nje uhlobo lwesilwane.
13.17Uyavumelana noma uyaphikisana nombono wokuthi ibinza elicashunwe ezibongweni zosuku lwamagugu nehubo elithi, Qhakaza, kokubili kuqukethe umoya wokugqugquzela? Sekela impendulo yakho. Ucabanga ukuthi bukhona yini ubuhlobo phakathi kwesibongo
13.18Tomula isibonelo semvumelwano siqalo etholakala kule ngxenye yezithakazelo ezingenhla. (1\ [25] AMAMAKI ESIQEPHU B: 2725
15.2Yisho isigameko esehlela uMdaluli esifakazela incazelo yephupho ayithola kuMbhebhezeli. Fingqa ngamaphuzu AMATHATHU iphupho likaMdaluli elikulesi siqeshana. (2\ (3\
15.4Ngabe amazwi adwetshelwe kulesi siqeshana akunikeza muphi umqondo kunkulumo mpendulwano ephakathi kukaMbhebhebhezeli noMdaluli ekulesi siqeshana? Izenzo zikaZenyezile kulo mdlalo zikhombisani ngoSonhlalakahle
15.5Lo mdlalo uyimbangalusizi. Uyavumelana yini nalo mbono? Sekela impendulo yakho. (3\ KANYE Fundisisa lesi siqeshana somdlalo bese uphendula imibuzo elandelayo. ISIQESHANA B MAMLANDULI: ZENY EZILE:
15.7Kwakubangelwa yini ukuthi uZenyezile athi kuLondiwe amehlo wonke asebheke yena uma kuya ngokuthi uyise useshonile? Bhekisa impendulo yakho kulesi siqeshana. Chaza kafushane okushiwo uZenyezile mayelana nesimo sokugutshezelwa
15.9Ucabanga ukuthi sizoba njani isimo sezinto emndenini wakwaMemela uma uLondiwe engaphothuli izifundo zakhe eKolishi lezobuChwepheshe? Sekela impendulo yakho. Yini inhloso yomlandi yokusebe nzisa amazwi kubakaki enkulumeni
15.10Phawula ngobudlelwano bomlingiswa ongummeleli nendikimba yalo mdlalo (2\ [25] NOMA 3025
17.3Yini eyayibangela ukuthi umlingiswa onguZithulele athi uSalimani akakhuze umfowabo uMbongolo? Fingqa ngamaphuzu AMATHATHU inkul umo kaMbongolo ekulesi siqeshana ngawakho amagama. Ngabe amazwi adwetshelwe kulesi siqeshana anikeza muphi umqondo
17.5Izenzo zikaMphiliphili kulo mdlalo zikhombisani ngezinye izinduna ezindawen zamakhosi ? Bhekisa impendulo yakho kulo mdlalo. Lo mdlalo uyisenamisi. Uyavumelana nalo mbono? Sekela impendulo yakho. (3\ (3\
17.8Chaza indlela abantu basemapulazini abafinyelela ngayo kwaVimbingwenya ngokwalesi siqeshana. Nikeza OKUTHATHU okuyincaze lo yejaji okwabangela ukuba limthethe uSalimani icala ngokwalesi siqeshana. Chaza imbangela yokukhulumela phansi kukaNodwengu.
17.9Yini inhloso yomlandi yokusebenzisa amazwi adwetshelwe kubakaki enkulumeni yejaji kulesi siqeshana? (3\
17.10Phawula ngobudlelwano bomlingiswa ongummeleli nendikimba yalo mdlalo (2\ [25] AMAMAKI ESIQEPHU C: AMAMAKI ESEWONKE:25