This section provides a quick preview of questions from the document. It may not display every question or the complete wording of each one. For the full content, including diagrams, tables and other information, view the original PDF above.
1.1Funda lesi siqephu esilandelayo bese uphendula imibuzo UTSHWALA BUYINGOZI Abantu abasha (youth\ abaningi bathanda ukuphuza utshwala ngoba bethi bayazijabulisa. Abanye basuke bephuziswa ingcindezi (pressure\ yabangani
1.1.1Yini ethandwa abantu abasha ngokwalesi siqephu? (1\
1.1.2Bhala igama lendawo esiza abantu abanenkinga yokuphuza. (1\
1.1.3Bhala OKUBILI okwenza abantu abasha baphuze utshwala. (2\
1.1.4Luba nini usuku lukaKh isimusi? Bhala usuku nenyanga. (2\
1.1.5Abantu abaneminyaka emingaki abanemvume yokuphuza utshwala? (1\
1.1.6Bhala OKUTHATHU okungaletha izinkinga uma umuntu ephuzile. (3\
1.1.7Kungabe IQINISO noma AKULONA IQINISO ukuthi abazali bakaSandile bayaphuza? Sekela impendulo yakho. (2\
1.1.8Bhala ezinye izidakamizwa EZIMBILI ezisetshenziswa abantu abasha ngaphandle kotshwala. (2\
1.1.9Khetha impendulo efanele kulezi ozinikiwe: (a\ Amantombazane abepheka njengomama babo manje asebe phuza njengobaba babo kusho ukuthi: (i\ Baphuza nabazali babo (ii\ Baphuza kakhulu/Bathanda utshwala
1.1.10Isiphi iseluleko ongasinika umngani wakho osephuza utshwala kakhulu? (2\
1.2Bukisisa lesi sithombe esingezansi bese uph endula imibuzo elandelayo
1.2.1Bangaki abafundi abasesithombeni esingenhla? Bhala inombolo ngesiZulu (1\
1.2.2Qedela lo musho ngokukhetha impendulo efanele kubakaki Ikhulula Primary School isikole samabanga (aphezulu/aphansi\.
1.2.3Ubani lo ophambi kwabafundi futhi yini umsebenzi wakhe? (2\
1.2.4Yimuphi umudlalo okhona kulesi sikole? Sekela impendulo yakho. (2\
1.2.5Ngokucabanga kwakho yini esezikhwameni zesikole zalaba bafundi. Bhala OKUTHATHU.
1.2.6Kuhle noma kubi yini ukufunda ezikoleni ezinabafundi bobulili obehlukene ('co education'\? AMAMAKI ESIQEPHU A:
4.3Yini ekhangiswayo lapha? Bhala le intengo (prize\ R200 ngesizulu. Humusha (translate\ la magama abhalwe ngesiNgisi abe isiZulu. (2\ (2\ (2\
4.6Kuqond e ukuthini lokhu? 'izicathulo zicoshwa phansi' Sibhekiswe kubantu abanjani lesi sikhangisi? Bhala ibizo elibolekiwe (borrowed noun\ elisesikhangisweni bese usho ukuthi libolekwe kuliphi ulimi. (2\
4.9Bhala amagama akhombisa uk ucwasa (discriminate\ akulesi sikhangisi. Kusho ukuthini ukuthi: 'isaphulelo esithe xaxa'? Kungani amagama asekuqaleni kwesikhangisi ebhalwe ngefonti enkulu? (2\ (2\ (2\ [18]18
5.1Funda lo musho olandelayo bese ushintsha (change\ kuphela amagama abhalwe ngokugqamile (bold\ abe sebunyeni (singular\ zingane zakhe zabona ukut hi abantu bakule ndawo abanalo
5.2Bhala amagama alandelayo abe ondaweni (locatives\. ulwandle iKapa idolo ikhaya (1\ (1\
5.3Bhala lo musho ube senkathini ezayo (future tense\ USibeko uhamba nomndeni wakhe.
5.4Bhala omqondophika (opposites\ bala magama alandelayo: dina hleka thanda phuma (1\ (1\
5.5Bhala igama elikhomba isenzukuthi (ideophone\ elitholakala esiqeshini esingenhla bese uzakhela owakho umusho ngalo. (2\
5.6Shintsha amabizo adwetshelwe abe isabizwana soqobo (absolute pronoun\ Usuku lwalo mndeni lwaba lubi. Izingane zithanda amaholidi kaDisemba. (1\
5.7Gcwalisa izikhala ngezivumelwano ezifanele. Izingane ... Sibeko zintathu. Usuku ... bi luqeda injabulo. Endaweni ... kubo lukude kakhulu ulwandle. (1\ (1\
9.1Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo: Kodwa ngizothatha bani manje? ULindiwe noma uTholi? Wayekhuluma yedwa ezibuza enge nampendulo. UTholi wayemethusile ngalo mngani womLungu. Konje ngingamxosha kanjani lo mLungu? Yayingekho futhi impendulo yalo
9.1.3Wayenza msebenzi muni uBhekani? Buhlobo buni obokhona phakathi kukaTholi noBhekani? Ngubani uSfiso kule ndaba? (1\ (1\ (1\
9.1.5Yilu phi lolu lwazi uSfiso analo olwenza uBhekani akhathazeke? Lolu lwazi uSfiso analo ngokwenzeka ekhaya likaBhekani (wayeluthole ngokuya kubokaBhekani alunguze efasiteleni, watshelwa nguye uBhekani, wambona uLindiwe efika\. Khetha
9.1.6Ubani lo uBhekani ambiza ngomngani kamama wakhe? (1\ 12
9.1.9Yisiphi isizathu esenza uBhekani aqambe amanga kuSfiso Phakathi kukaLindiwe noTholakele ngubani owayethandwa kakhulu nguBhekani? Chaza lesi simo sokukhuluma nje ngoba sisetshenzisiwe kulesi siqeshana: 'ukuthatha.'
9.2Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo: UMfundisi wabonga kwadliwa kwasinwa kwakhona nabashaya ingoma nesica thamiya, kwaze kwafinyelelwa esiphethweni somcimbi. Abantu bahamba kwasala umndeni nezihlobo ezaziphuma kude naseduzane. Kuthe
9.2.3Kwakungubani unkosikazi kaManyoba? Bhala amagama ezingane zika Manyoba. UManyoba wazixolela izingane zakhe kodwa kwaba nombandela (cond ition\ othi (wayengasazimisele ukuzibiza ngezingane zakhe, wayengeke avakashele emizini yazo, zingezi emngcwabeni
9.2.5Yimuphi kumadodana kaManyoba owathatha umama wabo wayohlala naye emzini w akhe Ngubani ezinganeni zikaManyoba owayekhombisa ukuzisola kakhulu? (1\ (1\ 13
9.2.6Chaza lesi simo sokukhuluma njengoba sisetshenzisiwe esiqeshini esingenhla: 'ukwala uphethe. (2\ [10] NOMA UMBUZO 10 UMDLALO: ISIKO NELUNGELO Zulu10
10.1Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo: (UThenjiwe noNondumiso bafika kwaManzini, ntambama\ Zungu: Bobabili: Zungu: Thenjiwe: Zungu: Nondumiso: Thenjiwe:
10.1.3Ushadele kwabani isibongo uThenjiwe? Sithini isithakazelo sakwaZungu? Yini ebikhathaza uMnumzane Zungu ngokuhamba kukaThenjiwe (1\ (1\ (1\ 14
10.1.6Kwakungubani igama likamkhwenyana kaThenjiwe osewashona Ngubani lo uThenjiwe aphoqelelwa ukuthi amgane? Okuyisona sizathu esibekwa nguThenjiwe sokungafu ni ukugana lo okuthiwa akamgane ngukuthi (usemncane, akanalo uthando
10.1.9Yiliphi iphutha aselibona uMnumzane Zungu abalenzile njengomndeni? Uthini umbono kaNondumiso ngale nkinga ebhekene noThenjiwe? Chaza lesi simo sokukhuluma njengoba sisetshenzisiwe esiqeshini esingenhla:
10.2Funda isiqeshana esingeza nsi bese uphendula imibuzo: (Phandle kuzwakale amazwi amadoda ahlabelelayo. Abuye asho nesiqubulo\ Duma: Dlamini: Dlamini: Duma: Nampa abanye abeze ngezinkani emhlanganweni wentuthuko. (Aqondise kuMbandlwa\. Mfowethu batshele
10.2.3Ngubani obize lo mhlangano Ngowani lo mhlangano? Wawubanjelwe kuphi lo mhlangano? (1\ (1\ (1\
10.2.6Ngubani owalimaza uMbandlwa njengoba ay esopha nje? Yisiphi isizathu esenza ukuthi uMbandlwa ashaywe Iziqubulo ezazishiwo ngamadoda ayefika zazikhomba (injabulo, intukuthelo, inhlonipho\. Khetha impendulo efanele.
10.2.9Unasikhundla sini uDlamini? Ngonjani umhlangano ongagunyaziwe? Chaza lesi simo sokukhuluma njengoba sisetshenzisiwe esiqeshini esingenhla: 'Ukubhuduzela.' (1\ (1\ (2\ [10]10
11.1Funda is iqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo: Mhla Liduma Laduma: MJ Mngadi 'Impela baqinisile abathi usizi lwalapha emhlabeni luyezwana,' kusho insizwa yesigingci qede izethule ngokuthi yayinguLaduma Mafu. Yathatha ingane
11.1.3Bakuphi laba abakhulumayo Bayaphi laba bantu? Ngubani igama lensizwa eyaliwe? (1\ (1\ (1\
11.1.6Ngubani igama lentombi eshiye le nsizwa yaya kogana/koshada kwenye indawo? Ngubani lo ma ma ozwelana nale nsizwa? Bhala amaphuzu amabili ashiwo yile nsizwa afakazela ukuthi ngempela inesichitho (1\ (1\
11.1.8Elinye igama elisho iTheku (iJozi, uMdubane, iPaki\. Khetha impendulo efanele. Chaza lesi simo sokukhuluma njeng oba sisetshenzisiwe esiqeshini esingenhla: kupetulula. (1\ (2\ [10]10
11.2Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo: Lapho Kukhona Uthando: NE Mbesa Hawu, usisi yena uyaphi? Kubuza lolu ngqazu lwensizwa. Iluhlaza ngebala. I nentshebe nehwanqa nje. Isho ngamazinyo amhlophe qwa.
11.2.3Ngubani iga ma lentombazane ethatha uhambo Yini inhloso yalolu hambo? Yini eyajabulisa kakhulu lo sisi ngabantu ayegibele nabo (1\ (1\ (1\
11.2.6Ngokwale ndaba kukhona nomuntu azombona lo sisi, bayobonana okwesingaki nalo muntu ayombona lo sisi? Ngokohlelo lwalaba abazobonana bazohlangana kuphi? Enjani insizwa ewungqazu (1\ (1\ (1\
11.2.9Le nsizwa eyayingomunye wabagibeli yazi izilimi eziningi. Caphuna umusho ofakazela lokhu endabeni. Lesi siqeshana sisitshela ukuthi uhambo luka sisi ongenhla (lwalulude, lwalulufishane, lwalungamjabulisi\. Khetha impendulo
12.1Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo: KWAMFAZ' ONGEMAMA FF Mbatha Awuthunyelwa gundane Ngidele konke ngayokwenda, Ngidel ikhaya liikababa, Ngadel
12.1.3Kukuphi kwamfaz' ongemama? Kungani kuthiwa kukwamfaz' onge mama? Yini eyenza imbongi ithi lolu thando luyishaya indali? (1\ (1\ (1\ 19
12.1.5Bhala igama elisho ukuthi imbongi ishiye isemnandi impilo yayo endala Bhala ukuxhumana okumaphakathi okutholakala esitanzeni sokugcina (1\ (1\
1.6Hlobo luni lwesifenqo olutholakala kulo musho olandelayo: 'Konke kwenzeka samlingo
12.1.8Kule nkondlo imbongi izwakala inesiqiniseko sokuthi (iyohlupheka, iyophathwa kahle, iyothandwa kakhulu\ lapho iya khona. Khetha impendulo ef anele. Enkondlweni engenhla khipha isaga esisho ukuthi ayikho indlela
12.1.9Chaza lesimo sokukhuluma njengoba sisebenzile enkondlweni: kubangwa nezibi (2\ [10] NOMA10
12.2Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo: NGIYOGIYA NGIQEPHUZE NL Luthuli giyogiya ngiqephuze, Ngihay izibongo, Ngingqabashiye ngihalalise ngokuqhashambula Sengiphumelele ngokufez a ezeminyaka izifiso
12.2.3Yini eyobe ijabulisa imbongi kangaka ize igiye iqephuze? Ngubani obeqeqesha imbongi Ibhobhodleyana lisho (umfana osemncane, in sizwa esiganiwe, isifundiswa\. Khetha impendulo efanele. (1\ (1\ (1\
12.2.6Enkondlweni oyifunde ngenhla khipha igama elisho okufanayo nesikhungo semfundo. Ngokwale nkondlo ngobani abayobe bememeza kakhulu ngenxa yenjabulo Phawu la ngesigqi sale nkondlo. (1\ (2\ (2\
12.2.7Chaza lesi simo sokukhuluma njengoba sisebenzile enkondlweni: Senginqwanjiswe umnqwambo oqavile. (2\ [10] AMAMAKI ESIQEPHU D: AMAMAKI ESEWONKE:10